Text
stringlengths
1
10.7k
Text Number
int64
0
31
License
stringclasses
6 values
Text By
stringclasses
463 values
Translation By
stringlengths
1
146
Language
stringclasses
188 values
File Name
stringlengths
9
81
Source
stringclasses
16 values
ISO639-3
stringclasses
178 values
Script
stringclasses
23 values
Parallel ID
stringclasses
822 values
Story Category
stringclasses
4 values
UTsheketshe wazama ukubambelela otshanini obomile eduze kwakhe. Kodwa wathathwa amanzi amphonsa kude.
12
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
"Ngisizeni bo! Ngisizeni bo!"
13
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
"Shesha gibela lana, " kusho uJuba omhlophe ebambe ukhuni ngomlomo wakhe.
14
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
null
15
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
null
asp_0281
asp
"Angizukuhamba ngize ngibonge kujuba. Ngizolinda aze abuye azophuza futhi, " kusho Utsheketshe.
16
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Ngelinye ilanga esaloku alinda njalo uTsheketshe, kwaqhamuka abafana ababili bephethe izihlilingi.
17
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
"Kunejuba elikhulu elimhlophe eliphuza kulomfula, lizoba ukudla kwethu kwasebusuku, " kusho omunye umfana.
18
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
null
19
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
null
asp_0281
asp
"Angeke ngavumela labafana babulale uJuba omhlophe. Kodwa ngimncane kakhulu, yini nje engingayenza?".
20
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Ngawo lowo mzuzu uJuba omhlophe wandiza wehlela phansi ukuzophuza.
21
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
null
22
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
null
asp_0281
asp
UTsheketshe omncane waba nesu.
23
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Wagxumela onyaweni lomfana wamluma ngamandla akhe wonke.
24
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Umfana wagxuma. "Ishuuu!" wakhala.
25
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
UJuba omhlophe wethuka wandizela kude. Kwaba ukuphepha kwakhe.
26
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Kwaba ikona kubonga kwakhe uTsheketsheke kuJuba omhlophe.
27
CC-BY
Kholeka Mabeta
Zimbili Dlamini
zu
0281_wamphephisa-kanjani-utsheketshe-ujuba.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0281
asp
Emandulo, izilwane zazingenayo imilenze. Zazihuquzela emhlabathini.
0
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Abantu kuphela ababenemilenze ngoba uMaguru wayebaphile yona.
1
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Ngelinye ilanga uMaguru wanquma ukupha zonke izilwane imilenze. Wazungeza idolobha ememezela ngombhobho. Wayefuna isilwane ngasinye sikwazi ukuhamba njengomuntu.
2
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Zajabula izilwane lapho zizwa ukuthi zizophiwa imilenze. Isilwane ngasinye sasifuna imilenze ukuze sikwazi ukuhamba nokugijima. Zacula, zatshikizisa imisila, zabhakuzisa amaphiko azo.
3
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Zahlangana izilwane zidingida ubulukhuni bokuhaqazela ngezisu. Umhlabathi wawuziklwebha izisu zazo. Imilenze yayizozisiza ukuze zikwazi ukuma zibone kude, njengabantu.
4
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Lwathi uma lufika usuku, izilwane eziningi zahaqazela zaya emzini kaMaguru ukuyokwamukela imilenze yazo. Izindlulamithi, amabhubesi, izindlovu, onogwaja, izingwenya, nezinyoni zashaya uhele zilinde ukuphiwa imilenze.
5
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Isilwane ngasinye sathola imilenze emine, kwathi izinyoni zathola imilenze emibili iyinye.
6
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Zaba nomahluko izilwane sezinemilenze. Ezinye zagida ngenxa yokujabula. Ezinye zazibhadazela zibuye ziwe zenziwa ubunzima bokuhamba ngezinyawo.
7
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Zazungeza idolobhana zibukisa kubantu. Zonke izilwane zathi, "Ngeke siphinde sihuquzele."
8
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Isilwane sokugcina emgqeni kwakunguShongololo. UMaguru wabuza, "Ukhona okulandelayo?" "Cha, ngingowokugcina," kuphendula uShongololo.
9
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
UMaguru wacabanga, "Pho uma kungasekho muntu, ngizoyenzani yonke le milenze esele?" UMaguru wanika uShongololo yonke imilenze esele.
10
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
UShongololo wahamba ejabule kakhulu ngoba ethole imilenze eminingi. "Sengizoshesha kakhulu kunabo bonke," ecabanga.
11
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
Maduze nje emva kokuhamba kukaShongololo, kwafika uNyoka emzini kaMaguru. "Maguru, ngicela ungiphe imilenze," kuncenga uNyoka.
12
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
"Sengiyikhiphe yonke imilenze. Wena ubukuphi?" kubuza uMaguru. "Ngiseliwe," kuphendula uNyoka.
13
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
UMaguru wacinga endlini yakhe ukubona ukuthi ayikho yini imilenze esele. Kodwa akatholanga lutho.
14
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
UMaguru waphuma wathi, "Ngiyaxolisa Nyoka, ayisekho imilenze esele." UNyoka wahuquzela wabuyela ekhaya engenayo imilenze. Kusukela ngalelo langa uNyoka akalali kakhulu. Uhlale elindele usuku lapho naye ayothola imilenze.
15
CC-BY
Mutugi Kamundi
Nokuthula Zondi
zu
0288_umaguru-uphisana-ngemilenze.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0288
asp
UAnasi isicabucabu kanye noNogwaja babengabangani . Babehlala endaweni enokuthula ezintabeni . Unogwaja wayephethe epulazini elikhulu elinothile elinemifino nezithelo . Nokuba Unogwaja babehlanganyela ngesandla esivulekile nomngani wakhe , uAnansi bekangathokozile futhi enomona .
0
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Ngakho uAnansi wacabanga iqhinga elihlakaniphile lokuthatha ipulazi laka Nogwaja. Ngokushesha unogwaja wasala ebampofu futhi engenakhaya . U Anansi waba ngumnikazi ozidlayo womhlaba wonke kanogwaja, imifino, nezithelo .
1
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
uAnansi waya emakethe ukuba athengise izithelo zakhe nemifino . Wenza imali kangangokuba waze wagcwalisa ubhasikidi omkhulu ngayo! Ngenye imali , wathengela umndeni wakhe ummbila , wawubeka phezu kwebhasikidi lemali .
2
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
uAnansi ephethwe yinjabulo eya ekhaya nebasikidi lakhe phezu kwekhanda lakhe , ecula . Wayecabanga zonke izinto wayezozithenga ngemali yakhe
3
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Endleleni laqala Ukukhemezela . Ngokushesha Ukukhemezela kwaphenduka kwaba yesindayo imvula. U Anansi isicabucabu washiya ubhasikidi wakhe eceleni kwendlela eya eyokukhosela ngaphansi kwesihlahla . Kodwa kusukela lapho waqhubeka waqaphelisisa kubhasikidi wakhe oyigugu
4
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Laqala ukuna kakhulu ngamandla, futhi uAnansi wathola ukubanda futhi wabamanzi . Ngakho wagijimela emgodini . " Mina ngizo hlala kulo mgodi ize ithulue imvula , " kusho uAnansi ngokwakhe . " okungenani imali yami ivikelwe wumbila engiwubeke phezu kwayo .
5
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Emva kwesikhashana , uNqe ezindizela emhlabeni wabona ubhasikidi eceleni komgwaqo . Wabona ukuthi kwakukhona imali kanye nommbila kubhasikidi . Ngakho wamboza ubhasikidi nge wakhe amaphiko futhi walindela imvula ithule.
6
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
uAnansi wabona unqe ehlezi kubhasikidi wakhe . "Oh ngiyabonga , mngane wami, ngokuthiUvikele ibhasikidi yami, "washo kuNqe. "Uxolo , Anansi , angikuzwanga kahle? "kubuza unqe. Ibhasikidi lakho? Lo bhasikidi ungowami! Ngiwuthole lapha ohlangothini lomgwaqo!" uAnansi akakholelwanga ayekuzwa ngezindlebe zakhe ! "Elami , ngisho kuwe!"
7
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Ngokuthukuthela , uAnansi wahamba wababikela ukweba kwinduna. kodwa uNqe wathi kwinduna namadoda amadala wakhe ,"Kwakungenzeka kanjani ukuba umuntu ashiye ubhasikidi ogcwele imali nommbila ungagadwangae mgaqweni?" "Kodwa bengiyibhekile ibhasikidi yami,"kusho uAnansi. "imali yami Kanye nommbila wami!" "Benginakekele ibhasikidi ngaphambi kokuthi wena ufike uthi eyakho!" ,kuphendula uNqe.
8
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Lapho induna namalunga wayo bemamele kahle nhlangothi zombili, Baxosha uAnansi no Nqe. Baxoxa ngalendaba isikhathi eside. Ekugcineni bathola isinqumo .
9
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Babiza uAnansi Kanye no Nqe futhi " Sikholelwa indaba ka Nqe , "base bathi. "Akasilo isela . ubuzama ukuyenga okuthile okwakungesikho okwakho." uAnansi akazange akukholelwe ayekuzwa ngezindlebe zakhe! Waqhumuka wakhala .
10
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Ngokushesha lezi zindaba zanda zokuthi ukuhlulelwa kwahamba ngokumelana noAnansi. Wathi ehamba , wezwa uNogwaja ehleka ehleka. UNogwaja waphindela emumva epulazini lakhe wakhulisa izithelo nemifino. Kepha uAnansi wabampofu futhi, engenabo abangani
11
CC-BY
Ghanaian folktale
Mathlatsi Precious Maleka
zu
0289_uanansi-nenqe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0289
asp
Emandulo, kwakukhona indoda eyayinothile –inepulazi elikhulu elivundile, inezinkomo, amagusha nezimbuzi. Kodwa, ngesikhathi ikhula, kwakhula nokudinwa, ngoba kwakukhona okwasekushoda emnothweni wayo. Wayengenaye unkosikazi.
0
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Emile ngaphansi kwesihlahla wafikelwa yisu elihle kakhulu. Uma egcina engamtholi umfazi, mhlawumbe angazenzela owakhe?
1
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Ngakhoke wabaza owesifazane omuhle egatsheni lesihlahla esiqinile. Wathi uma eseqedile ukwenza isichushe sakhe wathinta amehlo akhe avuleka. Ngesineke wamphefumulela, wavele waphila waphefumula.
2
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Wayengowesifazane omuhle ukwedlula bonke. Waguqa phambi kwakhe wamcela ukuba abe umfazi wakhe.
3
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Wamfaka isibhaxelo, ubuhlalu nesicoco njengophawu lomshado. Wamakhela umuzi ngodaka notshani lapho ayehlala anabe khona. “Kukhona into eyodwa engiyicelayo,” washo kumkakhe “Ungatsheli noyedwa ukuthi ngikuthathephi”
4
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Kungekudala izinsizwa ezingomakhelwane zaqala zaxoxa zodwa. “Kungenzeka kanjani ukuthi ikhehla lingaba nonkosikazi omuhle kanje? Banquma ukumtshontsha. Bamthatha bamfaka esibayeni sabo.
5
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Inhliziyo yekhehla yayibuhlungu. Wazizwa engakwazi ukuphila ngaphandle kwakhe. Wacabanga, “Mhlawumbe ukuba benginotho lwakhe. Ngabe angibuhlungu kanje?” Wathumela amajuba amabili ukuyomfuna, amculela bese ebuya nento yakhe.
6
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Uma esemtholile amculela ngolimi lwezinyoni Mfazi, mfazi oyiyisihlahla omuhle ukwedlula abanye abafazi Indoda yakho isithumile ukuthi sizolanda isibhaxelo sakho!
7
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Wawanika isibhaxelo andiza phezu kwezindlu kwamaqguma naphezu kwemifula aze ayofika endodeni yakhe. Wasithatha wasibeka ebusweni sathi ukumdududuza isikhashana.
8
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Umzwangedwa mamudla njalo. Ngakho ke wathumela amajuba futhi ukuthi ayomculela: Mfazi oyisihlahla, Mfazi oyisihlahla, omuhle ukwedlula abanye abafazi, Indoda yakho isithumile ukuthi sizolanda isicoco sakho! Nempela zasithatha zandiza naso.
9
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Wabamba isicoco somkakhe wabubula ebalisa ngomkakhe ele kude esibayeni lapho insizwa zabe zimbeke khona. Emva kwesikhashana wabiza amajuba futhi. Hambani niyomculela, Mfazi oyisihlahla, Mfazi oyisihlahla omuhle ukwedlula abanye abafazi, indoda yakho isithumile ukuthi sizokulanda ubuyele ekhaya!
10
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Ngesikhathi amajuba ephindela kuye okwesithathu, afike ahlala phezu kwamahlombe akhe. Acula iculo lawo, ijuba lakopolota iso lakhe. Ngokushesha waphenduka isichushe futhi. Izingalo nekhanda lakhe kwawohloka.
11
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Indoda yakhe yagingqela isiqu somzimba wakhe emfuleni. Wamvusa wammisa ngezimpande zakhe emanzini. Elekelelwa ilanga namanzi wamila amaqabunga futhi.
12
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Ngesikhathi umoya uvunguza amaqabunga awa. Njengokukhophoza komfazi uma ebona umyeni wakhe.
13
CC-BY
Southern African Folktale
Family Literacy Project
zu
0297_unkosikazi-oyisihlahla.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0297
asp
Ngelinye ilanga uFudu abe ehamba otshanini. Abehamba ecinga ecinga.Ecingela ekudeni otshanini. Wadlula uMnenke.
0
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
“Ingabe kukhona okucingayo?" kubuza uMnenke. "Yebo, Mnenke, ngicingana nendlu yami. Ingabe uyibonile yini?"
1
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uMnenke wathi:"Cha, angikaze ngiyibone, kodwa ngizokusiza ukuyicinga!" wagibela ngaphezulu kuFudu.uFudu wahamba uMnenke ehleli ngemuva kwakhe. Bacinga bacinga, kodwa uphawu lwendlu belungekho. Ilanga beliphezulu esibhakabhakeni.
2
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Muva nje, badlula uNyoni omduna. 'Ingabe kukhona okucingayo?" kubuza uNyoni omduna. "Yebo, Nyoni omduna, ngicingana nendlu yami. Ngabe uyibonile yini?" uNyoni omduna wathi:"Cha, angikaze giyibone, kodwa ngizokusiza ukuyicinga!"
3
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uFudu ucingana nendlu yakhe.
4
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Walungisa izimpiko zakhe waphapha wahamba. "Kodwa uhamba kakhulu kunami," kukhononda ufudu. uNyoni omduna wabuya. "kulungile, ngizozuba ngihlale kuwe."
5
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uFudu waqhubeka wahamba, eno Mnenke kanye Nyoni omduna beminyene emhlane waka Fudu. Bacinga bacinga kodwa uphawu lwendlu belungekho. Ilanga beselehlile esibhakabhakeni.
6
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Muva nje badlula uNyoni omsikazi. "Ingabe kukhona okucingayo?' kubuza uNyoni omsikazi. "Yebo Nyoni omsikazi, ngicingana nendlu yami. Ingabe uyibonile yini?
7
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uNyoni omsikazi wathi:"Cha, angikaze ngiyibone, kodwa ngizokusiza ukuyicinga!" Wazuba ngemuva kuka Fudu, waqhubeka uFudu enoMnenke, uNyoni omduna kanye noNyoni omsikazi Bacinga bacinga kodwa uphawu lwendlu belungekho. Umoya waqala ukuhhusha.
8
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Muva badlula uGundwane. Bekenza umqhele wezimbali. "Ingabe kukhona okucingayo?" kubuza uGundwane. "Yebo, Gundwane, Ngicingana nendlu yami. Ingabe uyibonile yini?"
9
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uGundwane wathi :"Cha, angikaze ngiyibone, kodwa ngizokusiza ukuyifuna!" Wazuba ngemuva kuka Fudu. "Yima, angeke ngikwazi ukushiya izimbali zami ngemuva." uFudu wema.uGundwane wazinweba wazinweba wathatha izimbali zakhe.
10
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uFudu waqhubeka wahamba eno Mnenke, uNyoni omduna, uNyoni omsikazi kanye no Gundwane ngemuva kwakhe. Bacinga bacinga kodwa uphawu lwendlu belungekho. Umoya washanela amacembe phansi, wabahlanganisa nezinyawo zakaFudu. uFudu wakhathala. "Nonke niyasinda," wakhokha umoya
11
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uMoya waba namandla. Isibhakabhaka satshintsha saba mnyama. "Hhhooo, iphi indlu yami?" kubuza uFudu. Ukuduma kwezulu kuzwakala ezintabeni. Umbani ushayela ekudeni. Yeza imvula. "Hhooo, iphi indlu ka Fudu?" kubuza umnenke,uNyoni omduna, uNyoni omsikazi kanye noGundwane.
12
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
uMoya wahhusha wakhukhula. Waphephula umnenke,uNyoni omduna, uNyoni omsikazi kanye no Gundwane, ebasusa emhlane waka Fudu.
13
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Bese yeza imvula. uFudu waba nokuthuka, wazishobeza egogogweni lakhe. Lapho bekufudumala futhi kubuthebelele."Hhooo, nayi indlu yami!"
14
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
"Hhooo, nayi indluka-Fudu!"
15
CC-BY
Maya Fowler
Maya Fowler
zu
0299_ufudu-uthola-indlu-yakhe.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0299
asp
Kwakunentombazana eyayikwazi ukudansa
0
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0311
asp
Noma uthisda efundisa wayedansa
1
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0311
asp
Noma eskhaya wayezidansela ephula ejabulile endansela nogogo wakhe.
2
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0311
asp
U Sindiswa wayedansela nabantu ehlolo. Ngemphela wayekutha futhi ekwazi ukudansa.
3
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0311
asp
null
4
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
null
asp_0311
asp
Wagcina esedume kakhulu izithombe zakhe zazibekwe ema bhodini amakhulu edolobheni
5
CC-BY
Mary Nabire, Tessa Welch
null
zu
0311_ukudansa.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0311
asp
Siyazi ukuthi indlovu inomboko omude.
0
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Emandulo umboko wendlovu wawumfishane. Wawubukeka kabi.
1
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Kwazalwa inkonyane eyayithanda izinto. Yayihlala inombuzo ngezinye izilwane.
2
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Yahlangana nendlulamithi. "Kungani unentamo ende?"
3
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Ngakusasa yahlangana nobhejane. "Kungani unophondo olucijile?"
4
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Yaphinde yahlangana nemvubu. "Kungani unamehlo abomvu?"
5
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Ngoba yayithanda izinto, yafuna ukwazi ngengwenya. Ngabe ingwenya idlani ngesidlo sakusihlwa?
6
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
"Ungalokothi ubuze umbuzo onjalo!" kusho umama wayo. Yahamba inyukubele.
7
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Ngokushesha igwababa landizela phansi, lahlala eduze kwendlovu. Lathi, "Ngilandele siye emfuleni, uzobona-ke ukuthi ingwenya idlani kusihlwa."
8
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Nangempela indlovu yalandela igwababa.
9
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Indlovu yazimpintsha yangena emhlangeni yama osebeni lomfula. Iphi ingwenya pho?
10
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
"Sawubona," kusho itshe ngasosebeni lomfula. "Yebo," kuphendula indlovu. "Ungangitshela ukuthi ingwenya idlani ngesidlo sakusihlwa?"
11
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
"Lalela-ke, goba ngizokutshela," kuphendula itshe. "Goba futhi, futhi," kuqhubeka itshe. Nangempela indlovu yehlela phansi yaze."
12
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
"Ngqi!" Ikhala layo lase lise mhlathini wengwenya. "Helele! Izodla wena ingwenya ngesidlo sakusihlwa!" kutswininiza igwababa.
13
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Indlovu yazabalaza ngemilenze yayo yangemuva eqinile, yadonsa, yadonsa, yadonsa. Ingwenya ayizange iyidedele. Ikhala lendlovu ladonseka, ladonseka, ladonseka. Dalakaxa! Yawa yashayeka ngomhlane odakeni.
14
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Tshobe ingwenya emanzini. "Ngaze ngaphuthelwa ukudla okumnandi!"
15
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Indlovu yabheka umboko wayo. "Maye! Ikhala lami leli, elide kangaka?"
16
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Lalilide kangangoba lalikwazi ukufinyelela emagatsheni aphezulu esihlahleni.
17
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Indlovu kwayisiza lokhu. Yayisikwazi ukuzigeza umhlane wayo ngamanzi uma ilanga lishisa.
18
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp
Kusukela ngalelo langa, zonke izindlovu zinemiboko emide elusizo kuzona.
19
CC-BY
Judith Baker
Zimbili Dlamini
zu
0312_indlovu-eyayithanda-izinto.md
global-asp/asp-source
zul
Latn
asp_0312
asp