input
stringlengths
1
130k
Zithe sezizama ukubuya esiwombeni sesibili kwasho ukuthi isikhathi sesidliwe yinja.
Zithe ucwaningo olwenziwe yiSouth African Medical Research Council (SAMRC) oluthe sandile isibalo sabantu abangeniswa ezibhedlela alushayi khona ngoba aluvezi ukuthi utshwala bunamuphi umthelela ekuthibeni iCovid-19.
Zithe ukujiya izinto sekuvela kwelinye lamaphephandaba amakhulu akuleli angeSonto ukuthi uSredojevic, usula nje, ubalekela icala avulelwe lona owesifazane omsola ngokumvezela isitho sakhe sangasese.
Zithe zesaba nokuthi zingase zitheleleke ngegciwane iCorona njengoba zimbathisana zibuye zishintshane ngezingubo zokulala.
Zithe zibheke ku-12 wabe esengishayela. Inombolo yakhe angiyigcinile kwiselula yami kodwa ngenxa yeTrue Caller, igama lakhe livelile.
Zithe zibuya ekhefini uRyan Moon ushaye igoli lokulinganisa ngemuva kwebhola abeligotshelwe nguSiphiwe Tshabalala ngomzuzu ka-47. Bekungokwesibili imidlalo ilandelana uMoon eshaya igoli lokulinganisa ngekhanda njengoba enzile nakowePolokwane.
Zithe zifuna uhlelo olufanayo lokuvulwa kwezikole, hhayi okuphakanyiswa yilo mnyango, ukuthi kuqale kuvule uGrade 7 no Grade 12 kuqala.
Zithe zifuna ukuhlangana noRamaphosa ngaphambi kokuthi kuvulwe iPhalamende ngonyaka ozayo ukuze zizokhuluma ngokuthi kudlalwe * -90% womculo wakuleli emisakazweni yomphakathi no-70% kwezimele.
Zithe zinethemba lokuthi amaphoyisa athunyelwe, azokwazi ukunqanda ubugebengu.
“Zithe zingamaphoyisa, ngavula. Ngempela bengicabanga ukuthi ngamaphoyisa ngoba ababili abangene kuqala bebefake umfaniswano wawo. Babuze umfowethu, ngamlandula bathi bazozibhekela ukuthi akekho yini. Sebebonile ukuthi akekho bajika bathi angikhiphe isibhamu, ngathi anginaso, baqhubeka bapekequla umbhede nezingubo.”
Zithe zisuka nje ummeli ka-Omotoso, u-Adv Peter Daubermann, wathi akayitholi imibiko yokuhlaziywa kwemiqondo yabamangalele umfundisi.
Zithi azikaze ziyithole i-data nangama- laptop ezathenjiswa wona, uNkk Aryetey lolu daba lusingethwe wuMnyango weMfundo ePhakeme.
Zithi azizange ziyithole impendulo ePrasa njengoba zigcine ngokudlulisela lolu daba enkantolo yabasebenzi.
“Zithi ngeke labo basakazi abasolwayo baze babuyele kuSigiya Ngengoma, kunalokho kungasakaza uZimdollar yedwa. Abavele bakhohlwe ngoba izikhulu lezo azihambisani nokubuyiswa kwabo. Umthombo uphinde wadalulalu ukuthi kungase kube nezingxoxo phakathi kwabaphathi noMdonso njengoba kunabanye abacabanga noma abakholwa wukuthi lo msakazi uthathe ngamawala, mhlawumbe yisimo esingalungiseka lesi,” kuphetha umthombo wesithathu.
ZITHINTE abaningi izindaba ezibuhlungu zokushona kwengwazi yomculi uTsepo Tshola, ngoLwesine ekuseni.
Zithi uma zibika ngale nkinga kwa-Eskom, zitshelwa ukuthi ngeke zilungiselwe ugesi ngoba zizixhumelene ngokungekho emthethweni.
Zithi uNgqongqoshe wezeMfundo kuleli uNkk Angie Motshekga akakhulumanga iqiniso ngesikhathi echaza ngebanga eselihanjwe yilo mnyango ekuthumeleni izidingongqangi zokuzivikela ezidingeka ezikoleni ukuze kuvulwe ngoMsombuluko, ngesikhathi ethula inkulumo yakhe.
“Zithi zidlala zibe zigadile ukuthi ayikho yini imoto yakwamasipala emayo bese ziyamemeza siphume ezindlini,” kusho yena.
ZITHOLAKALE ngoLwesihlanu ziyizicucu izindondo zesihlabani sikamaskanda esesalala kobandayo, uMtshengiseni ‘Indidane’ Gcwensa ebezebiwe abantu abangaziwa.
Zithole ama-bachelor awu-26, ama-diploma ayisithupha neHigher Certificate eyodwa.
Zithole nsukuzonke ku-www.isolezwe.co.za nasephepheni lansukuzonke kanjalo nakwelangeSonto izindaba nezibalo zecoronavirus.
Zitholwe umuntu obewela kulo mfula, oqale ngokubona isikhwama, nokuthe uma ebhekisisa kahle wabe esebona kuvela unyawo.
“Zithuke kakhulu izintombi njengoba uMabongi ephinde wacwiywa amalungu omzimba. Lesi sigameko yinto esingayazi ukuthi singayichaza sithini ngoba sonke sididekile. Okubuhlungu ukuthi umsolwa usagcwele amathafa njengoba namanje engakaziwa ukuthi ubhace kuphi,” kubeka uNkk Buthelezi.
ZITHUKUTHELE ziyaveva izinhlangano ezibhekele abagula ngengqondo njengoba bengavunyelwe ukuvota okhethweni lukazwelonke olungoMeyi 8 nonyaka.
ZITHUKUTHELE ziyaveva izisebenzi zikahulumeni kuleli emva kokuba zinganyuselwanga imiholo yazo njengoba bezilindele uchatha emholweni wayizolo.
ZITHUSE abaningi izindaba zokuthi uqweqwe lomsakazi weMetro FM, uGlen Lewis, luyashiya kulo msakazo ngemuva kokuyibamba iminyaka engu-22.
“Zithusile izithombe ekubeni kwaziwa kahle ukuthi igciwane lisekhona, futhi kwezinye izifundazwe siyanda isibalo sabahaqekayo. Ngesikhathi zibonakala ozakwabo emkhandlwini bakhale kakhulu ngazo njengoba kungabonakalanga abebefake izifonyo,” kuchaza umthombo.
ZITHUTHELWE emajele aseduze iziboshwa ebezigcinwe esikhungweni sokuhlunyeleliswa kwezimilo iWatervaal esise-Utrecht emuva komonakalo odalwe yisishingishane ngoLwesihlanu.
ZITHWALE kanzima izisebenzi zeKhomishini ebhekele ukhetho ebezisebenzela epulazini laseDundee KwaZulu-Natal ngesikhathi ugogo oneminyaka engu-86 egoloza ukuvotela amaqembu asohlwini lwephepha lokuvota ngoba ethi akaliboni ikhanda lomzukulu wakhe.
ZITHWELE kanzima izalukazi zaseLindelani, eThekwini osekuphele izinyanga zihleli emijondolo enezimbobo, emuva kokuthi uMasipala weTheku udilize imizi yazo yodaka uthembisa ukwakha izindlu ezisesimeni esifanele ngokushesha.
ZIVALELISE ku-Instagram nakuTwitter ngokwahlukana izilomo zabadlali ebezingaconsi phansi kubalandeli be-Orlando Pirates, u-Issa Sarr waseSenegal, noBernard Morrison waseGhana, yize leli qembu belingakaze limemezele lutho ngokuhamba kwazo.
ZIVALIWE izindawo zokudla zeKFC ezweni laseMongolia kulandela ukugula kwabantu abangaphezulu kuka-200 bejuqwa yizisu ngemuva kokudla kuzo.
ZIVALWE izikole sishubile isimo esikoleni samabanga aphakeme, iZiphembeleni, esiseNanda okuthiwa kunamaqembu abafundi ahlaselana ngezikhali ngisho ngaphakathi emagcekeni esikole.
Zivamile izehlakalo ezifuze lesi esigabeni se-ABC Motsepe League, ikakhulukazi uma isiyosongwa isizini, lapho amaqembu asembangweni wesicoco esemagange ngokuyodlala emidlalweni yokuhlunga.
ZIVELE enkantolo izolo izithandani ezibanjwe nensangu eWinterton ngoMgqibelo. Lezi zithandani ezineminyaka engu-39 no-42 ziboshwe ngesikhathi amaphoyisa esesha imoto yazo.
Zivele sezikhona izinkulumo ezithi insimbi seyiqalile ukushisa kubadlali nakubaqeqeshi beSwallows. Amanye amaqembu aseyibambile indlela edlala ngayo.
Zivele zazehlela izinyembezi esalukazini esineminyaka engu-70, sikhala ngokuthi ikhansela ladlala ngomzukulu waso.
Zivele zehla izinyembezi kuNkk Elizabeth Nzama (66) ekhaliswa yindlela amaphoyisa namasosha agasela ngakhona. Uthe abezomthetho ababingeleli nokubingelela uma befika.
ZIVELE zehla izinyembezi kuNkk Thandekile Sibiya, unina kamufi uConstable Kwazi Lunga Sibiya (okwesishuthekiwe), othe indodana yakhe beyiwuthanda umsebenzi wobuphoyisa. Isithombe:GCINA NDWALANE
Ziveze ukuthi iRanger kumele ikwazi ukufeza izidingo zabo bonke abantu kwazise amaveni akusewona kuphela awokusebenza kepha kukhona nabanye abawasebenzisa njengezimoto zansukuzonke.
- Zivocavoce umzimba kabili ngosuku ulungiselele ukushaya ivosho noma ukuzibhuqa othulini (Idibala).
ZIVUKE umbhejezane izakhamuzi zaseTehuis, eMgungundlovu, ngemva kokuchayiswa ngabasebenzi bakwa-Eskom okuthiwa abathi abasebenzi bakhonabatshele umphakathi ukuthi ngeke bawulungise ugesi ngoba uwumkonkotelo.
ZIVULWA ekuqaleni kwenyanga ezayo izigcinamagugu nemitapo yolwazi KwaZulu-Natal, okwavalwa elakuleli limisa ukusebenza kwezinto ngoMashi ngenxa yokubheduka kwegciwane iCorona.
ZIVULWE kumapeketwane ezinye izikole ezisemalokishini akhele iTheku njengoba othisha nabafundi befike kugqekeziwe kwebiwa nempahla yesikole.
ZIVULWE namhlanje ngaphansi kwemibandela eqinile izibhedlela ezimbili ezizimele iSt Augustine’s neKingsway, ebezivalwe ngenxa yabahaqwe yigciwane iCorona.
ZIWAKHALELE amadoda amabili asoLundi asolwa ngokweba imfuyo.
ZIWAKHALELE amadoda amabili atholwe ngamaphoyisa nezindimbane zekhebuli yengqalasizinda kahulumeni e-scrapyard esisemgwaqweni uLivingstone, ePinetown.
ZIWAKHALELE amadoda amahlanu asolwa ngokubulala owesilisa oneminyaka engu-19 e-Ibisi, eMzimkhulu, ayembamba inkunzi maqede amphonsa edamini.
ZIWAKHALELE amadoda amane abanjwe oqotsheni edayisa amathikithi omgunyathi okubuka umdlalo weChiefs nePirates, ozoba ngoMgqibelo.
ZIWOLE izindondo izintandokazi zemidlalo kuthelevishini, iGomora neThe River ezikhonjiswa kuMzansi Magic (DStv 161) ne-1Magic (103) kwiRoyalty Soapie Awards.
ZIWU-10 700 iziguli ezihaqwe yigciwane iCorona ezilaliswe ezibhedlela phakathi kukaMashi noJuni.
Ziwu-11 077 izigameko zokuqolwa kwabantu ngohlelo lwe-swim swap ezibikiwe.
Ziwu-1.1 million izigameko zokukhuthuzwa ezithikameze abantu abawu-902 000, abaneminyaka esukela ku-16 kuya phezulu.
Ziwu-146 izikole ezithole o-u100% kwimiphumela ka-matric yanyakenye. Isikole esenze kahle kakhulu sibe sinabafundi abaningi, yiMaritzburg College ebinabafundi abangu- 271 ku- matric ababhala izivivinyo zabo baphasa bonke. Isikole iC21 Private ngaphansi kwesifunda saseMgungundlovu, yisona esinesibalo esincane sabafundi kunazo zonke izikole ezithole u-100% njengoba, besinomfundi oyedwa vo obhalile nyakenye.
Ziwu-174 564 izicelo ezitholiwe zabafuna uxhaso lokufunda emanyuvesi, zibe wu-17 322 zabafuna ukufunda emakolishi amakhono amaTVET.
“Ziwu-180 izindlu esesizakhile lana eKuthuleni, sesizonke zizoba wu-400. Izindlu zizobuyisa isithunzi sabantu bakithi, kubuye ithemba. Kukhona abasuswe kule ndawo bayiswa eQueensburgh bakhelwa izindlu eziwu-400. Bazothola ubunikazi bezindlu, bathole amanzi, ugesi nakho konke okuzoqinisekisa ukuthi bahlala endaweni esesimeni esikahle,” kusho uKaunda.
Ziwu-3 343 izicelo ezibhekwe yiSmall Enterprise Finance Agency (Sefa) bese kuthi izicelo eziwu-6 497 zishode ngemininingwane ethile.
Ziwu-36 000 izingubo ezithunyelelwe umnyango ukuba uzisabalalise ezikhungweni ezigcine abahlala emigwaqweni esifundazweni.
Ziwu-45 sezizonke iziboshwa ebezilayishwe yiloli ebinamaphoyisa amabili. Kweqe iziboshwa ezingu-31.
“Ziwu-46 izikole ezingakavulwa ezifundeni ezehlukene. Imbangela kube ukungabikhona kwamanzi namathoyilethi. Sisebenza ngokuzikhandla sibambisene nabombutho wezokuvikela ukuqinisekisa ukuthi nakulezo zikole ezingenawo amanzi namathoyilethi nokunye okudingekayo, kuyahanjiswa,” kusho uZikalala.
Ziwu-50% iziguli ebezilapheka kahle uma ziphethwe yiDR TB kwazise ayiwezwa amaphilisi.
“Ziwu-6 700, izikhala zomsebenzi zamatoho ezidalekile ngokusingathwa komdlalo. Abantu abahlomule kakhulu yizindawo zokudla, amahhotela, abadayisi basemgwaqweni, abamatekisi nezinye izithuthi,” kusho uZondi.
Ziwu-67 863 izitshudeni ezizongena emikhakheni yamakhono ashodayo eNingizimu Afrika, eziwu-16 647 zizokwenza i-Engineering, eziwu-17 161 zizokwenza iLife and Physical Science, eziwu-10 155 zenze iHuman health, eziwu-943 zenze i-Animal Science, eziwu-211 zenze iVeterinary science bese eziwu-22 746 zifundele ubuthishela.
Ziwu-80 izinhlangano esezifake izincomo naphezu kokuba uNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi kuzwelonke, uNkk Lindiwe Zulu, wayekade ethe uR350 oyisibonelelo sabangasebenzi uzomukelwa izinyanga eziyisithupha kuphela. U-Okthoba yinyanga yokugcina.
Ziwu-82 000 izigameko zokwebiwa kwezimoto ezenzeke emizini yabantu kwezingu-88 000 ezibikwe emaphoyiseni.
ZIWUME emthumeni kowesilisa waseMgungundlovu kushona ingoduso yakhe abelungiselela ukuyishada ngoDisemba nonyaka. Kuvela ukuthi ibisishade nomunye umuntu wesifazane.
- Ziyadunwa futhi izimoto ngesikhathi usanda kwehlisa izingane esikoleni noma uyozilanda.
Ziyafa lezi zitimela, zime endleni zivimbelane. Kodwa okuxakayo kukhona lena ebizwa ngeBussiness Express. Iyahamba kumiswe lezi zethu thina esingelutho, kuhanjiswe yona siyovinjwa phambili emsebenzini. Kuthi ufike kahle ugcine usufika sekudlule isikhathi. Uhulumeni noDkt Blade Nzimande awubezwa bekhuluma ngalokhu. Kodwa ngeSouth African Airways (SAA) kwakukhulunywa imini nobusuku ngoba kuyinkampani abandiza ngayo uma sebeyodla imali zabakhokhi bentela, babaholela amakinati babaphuce.
ZIYAGCWALISWA izikhala zothisha abathatha umhlalaphansi nabashone kugasela ubhubhane i-Covid 19 kuleli, ezikoleni zakulesi sifundazwe.
“Ziyahlala ekhanda kuze kuphele izinyanga eziyisithupha. Kodwa kunezikhathi okumele babuye bezozigeza ngazo.
“Ziyahlaselwa izikhungo zezempilo eLimpopo, kumele kubekwe amaphoyissa kuzo zonke izibhedlela,” kusho ungqongqoshe wezeMpilo eLimpopo, uDkt Phophi Ramathuba.
ZIYAKHALA ngempela kuTwitter phakathi kukaPrince Kaybee nomrepha uCassper Nyovest emuva kokuba uKaybee ebhuqe uCassper ngokungabuyiseli emphakathini
ZIYAKHALA ngempela kuTwitter phakathi kukaPrince Kaybee nomrepha uCassper Nyovest emuva kokuba uKaybee ebhuqe uCassper ngokungabuyiseli emphakathini.
Ziya kowamanqamu, iPirates ayikaze yehlulwe selokhu kuqale isizini. Kodwa uma kungaya ngokuzethemba kukaMaduka obexoxa nezintatheli ngoLwesibili, eZimnyama zingazithola zisenkingeni uma zizoyizela ngobuso iCeltic.
- Ziyakulandela noma usuka egaraji likaphethroli, zilinde indawo ethule lapho zingakuduna khona imoto.
Ziya kulo mdlalo iBakgaga Ba Mphahlele idinga amaphuzu agcwele ukuze izosinda ezembeni.
Ziya kulo mdlalo, iSundowns ifuna ukufaka ingcindezi kwiChiefs ezodlala kusasa neBidvest Wits, ngokuthi inqobe bese isala ngephuzu kuphela kuMakhosi. IChiefs iqhwakele ngamaphuzu awu-48, ilandelwe iSundowns. IPirates isendaweni yesine ngamaphuzu awu-40.
Ziya kulo mdlalo nje, Abafana Ba Style nomqeqeshi wabo uPitso “Jingle” Mosimane izinhliziyo zibomvu njengoba bekhala ngokuthi sebezinqobe zonke izicoco ngaphandle kweseMTN 8.
Ziya kulo mdlalo nje abalandeli beSundowns babheke amaphuzu amathathu azobenza baqhwakele kwi-log bashiye i-Orlando Pirates ngamaphuzu amabili.
Ziya kulo mdlalo nje amaBrazilians ashaya kwasani futhi avuthelana ngamagoli amathathu kuya phezulu.
Ziya kulo mdlalo nje, eZimnyama zihambela phezulu kwazise zisanda kushaya Abafana Bokuthula Noxolo ngo 2-1, eFNB Stadium emasontweni ambalwa edlule emdlalweni weligi.
Ziya kulo mdlalo nje, iCrusaders ibisinqobe imidlalo ewu-17 kwewu-21 eyidlale neSharks. Bekuwumdlalo obalulekile kwi-prop yeSharks uTendai “Beast” Mtawarira njengoba ebedlala umdlalo wakhe ka-150 kwiSharks.
Ziya kulo mdlalo nje iLidoda Duvha isendaweni ka-12 kwi-log ngamaphuzu awu-26 emidlalweni ewu-25. UHunt akalilahlile ithemba ngokunqoba isicoco seligi.
Ziya kulo mdlalo nje, iMaritzburg inokuzethemba okuphindiwe ngemuva kokunqoba umdlalo wayo wokuqala kwisizi ka-2020/2021 ngokwehlula iBloemfontein Celtic ngo 2-1 ngeledlule. Ngakolunye uhlangothi iChiefs isanda kushaya iC.D Primiedo de Agosto yase-Angola, ngo 1-0, emdlalweni weCAF Champions League. Yize kunjalo, aziyihambeli kahle izinto iChiefs kwiDStv Premiership njengoba isanqobe umdlalo owodwa vo kweyisishiyagalombili.
Ziya kulo mdlalo nje, iMaritzburg itabalasela ukusuka emsileni we-log kanti iCeltic yona izabalazela ukuqeda kwiTop 8.
Ziya kulo mdlalo nje, iPirates isendaweni yesihlanu kwi-log yePremiership ngamaphuzu ewu-22, emidlalweni ewu-14. Amakhosi wona asendaweni yesikhombisa, ngamaphuzu ewu-18, emidlalweni efanayo.
Ziya kulo mdlalo nje, ivele iSundowns isidlulele kweyomkhumulajezi kulo mqhudelwano kulandela ukushaya iLobi Stars yaseNigeria ngo 3-0, ePitoli ngeledlule.
Ziya kulo mdlalo nje, kuminyene untshumo esicongweni se-Absa Premiership njengoba kuyiSundowns ezihola phambili ngamaphuzu angu-43, emidlalweni ngu-23. Endaweni yesibili kukhona iBidvest Wits enangu-41 emidlalweni engu-24, kanti iPirates isendaweni yesithathu njengoba inangu-40, emidlalweni engu-23.
Ziya kulo mdlalo nje kuminyene utshumo esicongweni se-log. AmaBrazilians iwona azihola phambili ngamaphuzu angu-43, emidlalweni engu-23. Endaweni yesibili kukhona iBidvest Wits ngamaphuzu angu-41, emidlalweni engu-24. IBhakabhaka lisendaweni yesithathu, ngamaphuzu angu-40, emidlalweni engu-23.
Ziya kulo mdlalo nje, Usuthu luphuma esibhaxwini sika 3-2, lapho lushaywe yiPolokwane City kanti i-The Lions Of The North ibambane ne-Orlando Pirates kwashunqa uthuli kuba ngu 2-2, eMakhulong Stadium.
Ziya kulo mdlalo nje, womabili amaqembu aphuma ekunqobeni nokuyinto engasajwayelekile kuwona njengoba abesephenduka ukudla kwenduku. IMaritzburg yehlule iSekhukhune United ngo 2-1 kwiLast 32, kwathi iTTM yamangaza abaningi iwashisa ijezi iSuperSport ngo 1-0.
Ziya kulo mdlalo nje, ziyabhibha izinhliziyo kubalandeli beChiefs, kwazise iBakgaga Ba Mphahlele, yabaphuca iqatha emlonyeni ngesizini edlule, Amakhosi ashweba isicoco seligi ngomdlalo wokugcina wesizini.
Ziya kulo mdlalo ziphuma esibhaxwini sika 1-0 zishaywa yiKaizer Chiefs eFNB Stadium koweligi ngempelasonto. Ngakolunye uhlangothi iSundowns izidlele amahlanga ishaya iLobi Stars ngo 3-0 emdlalweni weCAF Champions League obuseLoftus Versfeld.
Ziya kulo mdlalo ziyabheda izinto kwiMaritzburg esanda kuxosha umqeqeshi u-Eric Tinkler obephikwa yimiphumela.
ZIYALELWE ukuba zehlise intengo ye-data noma zishushiswe izinkampani ezinkulu zakuleli iMTN noVodacom ezinqunyelwe okatini yiKhomishini yokuNcintisana kuleli.
ZIYALELWE ukuthi zigxile kubafundi abathola phakathi kuka-0-29% kanjalo no-30-39% izikole zaKwaZulu-Natal ukuze kunyuswe izinga lokuphasa lesifundazwe.
ZIYALELWE ukuthi ziqoqe okungokwazo zibuyele emakhaya izitshudeni zaseMangosuthu University of Technology (MUT), kulandela imibhikisho eqale phansi ezikhungweni zemfundo ephakeme ngoMsombuluko. IMUT izinqumele ugwayi katiki izitshudeni  ngokuthi ithi kumele kushaye u-4 ntambana seziphume zaphela ezindlini ezihlala  kuzo.
ZIYAMVUMA izinto emculweni uSjava, emva kokuvula inkampani entsha i-1020 Cartel, naqopha ngaphansi kwayo njengoba esanda kumemezela ukuthi usephumile e-Ambitiouz Entertainment.
ZIYANDA izikole ezivalwayo KwaZulu-Natal ngenxa yokutholakala kothisha abahaqwe yiCoronavirus.
ZIYANDA izikole zaseGauteng ezivalwe okwesikhashana kuleli sonto emuva kokuba kube nothisha nabafundi abatholwe benegciwane leCovid-19.